Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics

Are You Searching Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics? You can read &Sing Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics here. More than 10m Song Lyrics Available. Search Now…

Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics

Nimbus

Ngisendlini ng'cabanga uk'ndiza
kwakhala ucingo lwami, ngalizwa
Yey', isithandwa sami s'yangibiza
Ng'sayomshayela i-round undingiliza

Yey' uyambona uqalile
Uyangibona ngim'thandile
Imoto uyipaka ngo-Reverse, i-reverse yakhe ipakile

Ugqoka kahle, leyongubo imbamba kahle
Angeke alahle, kodwa ushisa njenge lahle
Ungiphatha kahle, ebusuku ngilala kahle
Ngimphatha kahle, ngoba ikhanda lithatha kahle

Majita an'kahle, ozomthinta uzong'thola kahle
Ngiphuza yena, 'ma emanzi ukhala kahle
Asikho isidingo sokuvalelisa, ngoba 'ma ehamba
Uhamba kahle

Modela, modela, uma uza kimi uyamodela
Enzanjalo ntombi, sondela
Njalo 'ma ungekho ngiyagodola

Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Mina ngiya modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Mina ngiya modela

Wembathisiwe ntombi bengakumbuli
Ntombazane amathanga ungawavuli
Uma engabe uthanda abom-rapper nabeculi
Ufuna ukujola u-Chana kodwa ngiyakubona awukaka Khuli

Yey, ungathuki, angisho ukusaba ngisho inhlamba ungavumi
Izinto zalomhlaba zik'fakele umqondo omubi
Uthando olungaka ulithola kuphi?

Aw' nay' lenkosazana ekaze ifuze bani
Angifiki ezingeni lakhe. Kaze ngishoda ngani?
Itshitshi intombazane. Kaze wenza ngani?
Itshitshiboya likhule labayibhebhelwane

Ngimphuphe ephezukwami. Besekwenzenjani?
Noma isitha singangisitha, mina ngiyambona umngani
Usazodlula kithi njenge ndlulamithi, 'ma ehamba ngalendlele 
Mina ngivele ngithi

Modela, modela, uma uza kimi uyamodela
Enzanjalo ntombi, sondela
Njalo 'ma ungekho ngiyagodola

Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Mina ngiya modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela
Mina ngiya modela

Watch Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics Video

Watch Now

Leave a Comment