Are You Searching Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics? You can read &Sing Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics here. More than 10m Song Lyrics Available. Search Now…
Nimbus – Modela (feat. Khaya) Lyrics
Nimbus
Ngisendlini ng'cabanga uk'ndiza kwakhala ucingo lwami, ngalizwa Yey', isithandwa sami s'yangibiza Ng'sayomshayela i-round undingiliza Yey' uyambona uqalile Uyangibona ngim'thandile Imoto uyipaka ngo-Reverse, i-reverse yakhe ipakile Ugqoka kahle, leyongubo imbamba kahle Angeke alahle, kodwa ushisa njenge lahle Ungiphatha kahle, ebusuku ngilala kahle Ngimphatha kahle, ngoba ikhanda lithatha kahle Majita an'kahle, ozomthinta uzong'thola kahle Ngiphuza yena, 'ma emanzi ukhala kahle Asikho isidingo sokuvalelisa, ngoba 'ma ehamba Uhamba kahle Modela, modela, uma uza kimi uyamodela Enzanjalo ntombi, sondela Njalo 'ma ungekho ngiyagodola Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Mina ngiya modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Mina ngiya modela Wembathisiwe ntombi bengakumbuli Ntombazane amathanga ungawavuli Uma engabe uthanda abom-rapper nabeculi Ufuna ukujola u-Chana kodwa ngiyakubona awukaka Khuli Yey, ungathuki, angisho ukusaba ngisho inhlamba ungavumi Izinto zalomhlaba zik'fakele umqondo omubi Uthando olungaka ulithola kuphi? Aw' nay' lenkosazana ekaze ifuze bani Angifiki ezingeni lakhe. Kaze ngishoda ngani? Itshitshi intombazane. Kaze wenza ngani? Itshitshiboya likhule labayibhebhelwane Ngimphuphe ephezukwami. Besekwenzenjani? Noma isitha singangisitha, mina ngiyambona umngani Usazodlula kithi njenge ndlulamithi, 'ma ehamba ngalendlele Mina ngivele ngithi Modela, modela, uma uza kimi uyamodela Enzanjalo ntombi, sondela Njalo 'ma ungekho ngiyagodola Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Mina ngiya modela, modela, yis' i'skhathi sok'modela Mina ngiya modela
